
Ukuxoxa ngokudideka kobulili nentsha
Loading player...
Kwisikompilo lanamuhla lakhona sibondwe saphekwa, intsha ibhekene nezinselelo ezingaphezu kwezethu, cishe mhlampe mina nawe esingazange sibhekane nazo sikhula.Ukudideka kobulili yinqubo le engenisile impela okwenza intsha eningi iqale izibuze ubuyona nangendlela enhle uNkulunkulu ayidala ngayo.Manje abazali bangaxoxa kanjani nezingane zabo ngaloludaba lokudidwa ngubulili entsheni? Sifuna ukuzoletha izinkombandlela namasu angukhiye ukukwazi ukwenza lokho kanye, khona la ohlelweni Ezomndeni.