
Ukuthola ungoti wezemishado okhaliphe kakhulu
Loading player...
Uma kungukuthi ushadile, nebala usecebeni likaNkulunkulu alihlela emaphakadeni, ngisho kungathiwa kuba nezikhathi ezinzima kangakanani umshado wakho ,ukufanele ukufuzula kwakho ngamandla akho onke! Namhlanje ohlelweni Ezomndeni, sizoletha umhlandlela wokuthola ungoti wezemishado, uma kuya ngoba umshado wakho usumathubeni okuklayeka phakathi.