
Imicabango Ngomama Abasebenzayo
Loading player...
Kulezinsuku ,siphezulu isibalo somama abasebenzayo ,ngu 44% wenani lwemisebenzi ebanjwe ngabesifazane emsebenzini.Labesifazane kusenokwenzeka bangabi ngomama bonke kodwa iningi labo bayibo, futhi abalwela isifazane sebelwe kakhulu ukukhulisa lelo phesenti. Kunzima ukuba ngumama osebenzayo uphinde unakekele ikhaya, nanxa abanye bazoma ekutheni nakho ukuba ngumama ohleli ekhaya kunzima isibili. Manje simi kuphi ngalesihloko siyi-Focus On The Family?