
Uwakwakho ubhema igudu
Loading player...
Akulula ukushada nomuntu okinatelwe naluphi na uhlobo lwezidakamizwa, okubandakanya nensangu. Kwenza uzizwe ulahliwe, unobuhlungu ,zimpawu nje ezimbalwa lezo esizishoyo. Ngisho imisebenzi yansukuzonke iphenduka ibe yintaba, ekutholeni ukuthi uwakwakho ubhajwe ezidakamizweni. Uma sewufaka nezingane kulesimo, ingqondo idideka kakhulu