
Ukunqamuka kokuphinga, ukuzenyeza nokuthethelela
Loading player...
Ngakube umuzwa wokuzenyeza uxhumene nesimo sami sokungathetheleli umnyeni wami ekungathembekini nomngani wami oseduze kimi? Lokhu kuphinga kwenzeka nyakenye, sabuyisana, futhi nomshado wethu uqhakambile kunakuqala. Nanxa kunjalo ngisenomuzwa wokuzenyeza nokungazethembi. Kukhona ukuxhumana kulezizinto?