
Inkonzo yekamero eqophelweni eliphezulu layo
Loading player...
Ngakube ucansi emshadweni luyanelisa ngempela? Ngisemshadweni onzima, isilonda esikhona phakathi kukankosikazi wami name - wudaba lwenkonzo. Ngizizwa ngincintshiwe. Kwesinye iskhathi ngize ngibe nezilingo zokufisa izidingo zami zigcwaliseke ngaphandle. Ngifunde umbhalo othi abantu abasemshadweni yibo abaneliseke kakhulu ngenkonzo yekamero emhlabeni – akwenzeki nakoyedwa ukweneliseka kothandana nabantu abaningi. Ngithola kunzima kimi ukukholwa yilokho! Angifuni ukungethembeki kumkami, nokho futhi angeke ngiyiphikise imizwa yami, kumbe ngivalele imizwa yami yenkonzo.
Ikhona yini indlela engcono ukulungisa lesisimo engikuso na?”
Ikhona yini indlela engcono ukulungisa lesisimo engikuso na?”