
Umphostoli Phawuli ngomshado nokuba wedwa
Loading player...
Kanti ibhayibheli alibuki yini umshado njengeqophelo eliphezulu lesibili? Njengosemdala engashadile, angizwa neze kahle uma ngibona amakholwa egcizelela kangaka ubumqoka bomshado. Utadisho lwami lomlando lungiholela ekukholweni ukuthi ukuba wedwa kwakuvelele phambilini kunamanje. Izingcindezelo zokubuka kwesiko lamanje lisivala amehlo ukugqqama kwesitatimende sikaPhawuli : “Ngifisa sengathi bonke abantu benganjengami” [ 1KwabaseKhorinte 7: 7]. Ngikholwa ngumunxa lo okumele siwuthathe serious. NgokukaPhawuli ukungashadi kuyiqophelo eledlula wonke .Niyavuma?”