
Ubudlelwane bomkhrestu nohulumeni ongenabunkulunkulu
Loading player...
Kungani kumele ukuba ‘ngithobele’ uhulumeni engikholwa uhamba lugugube? Ngiyalithanda izwe lakithi futhi ngithanda ukuzibandakanya nombusazwe wezwe wakithi ,kodwa ngiyadideka okushiwo yibhayibheli ngalesihloko. Kodwa kwenzeka kanjani ukuthi uPhawuli atshele aMaKhrestu ukuba athobele [Kwabase Roma 13 : 1-7] nxashana kusicacele kahle ukuthi ohulumeni bomhlaba bonakele abanabulungiswa? UmKhrestu enze njani uma ebona ukuthi uhulumeni wakhe awunabuNkulunkulu?