
Obaba bafundisa kanjani amadodakazi abo isizotha?
Loading player...
Obaba bangasiza kanjani amadodakazi abo afunde isizotha? Ngifuna indodakazi yami ikubambe lokhu phambi kokuba ibe yi-teenager. Kodwa ngizwa kuseceleni kimi ukukhuluma ngalesosihloko. Ngibona ukuthi kimi njengoyise ngingaba lusizo kuyo kulesisihloko kumbe ngibe wukuyidumaza, ingazizwa kahle. Yiliphi iqhaza eliqondile kubaba la?