
Ukubuka ngokwebhayibheli-Ubumqoka benkonzo yekamero emshadweni
Loading player...
Ngakube inkonzo iseqhulwini kangako emshadweni onempilo? Nakhu okwenza ngibuze. Siyaphikisana nowakwami. Ungitshela ukuthi inkonzo ingcwele yisacramente futhi luyimfihlakalo engcwele, nokuthi imelwe ukuba yindikimba yobudlelwano bethu. Uze asebenzise kwabaseFesu 5: 30-32 ukweyamisa lenkulumo yakhe.Angivumi mina, emva kwakho konke ,kuningi okungomshado ngaphezu kwenkonzo. Ngaphandle kwebhayibheli uqobo [1 Khorinte 7 :3-5] kubukeka lencwadi iphakamisa ukuthi inkonzo yinto nje yokwenziwa, hhayi into ejulile yokomoya. Nginomuzwa wokuthi kunabazalwane abakholwa sengathi inkonzo isemqoka ngokungaphezu kwezinga izwi eliyisho ngayo. Niyavumelana nami kulokho?