
Ukungethembeki-Ukwehlukanisa phakathi kokuthethelela nokubuyisana
Loading player...
Kwezokungathembeki emshadweni ukhona yini umehluko phakathi kokuthethelela nokubuyisana ? Emva komunyaka odlule ,ngithole ukuthi umkhwenyana wami waba nothando nomngani wami engimkhonze kakhulu .Konke lokhu sekukonke kuthathe iminyaka ewu 10 .Emva kokumqonda ngokwesibili ,wakhala wathi ubuhlungu ngakwenza.Ungiqinisekisile- futhi ngiyakholwa usho ngempela-ukuthi ubudlelwane babo sebabunqamula.Ngikholwa ukuthi enhlizyweni yami ngimthethelele umkhwenyana wami ,kodwa kukho konke lokhu ngibe nobunzima ukumethemba nokuba nomuzwa wothando ngaye .Lokho kuyangikhuba.Wathi kimi kumele kungenelise ukuthi uthando lwabo selwanqamuka futhi wangithembisa akasayophinde angathembeki kimi.Ngisho nomeluleki wethu washo ukuthi imizwa yami icacile ukuthi angikamxoleli umkhwenyana wami .Ngilimele futhi ngididekile .Ningangisiza?