
Ukulungisa umoya wokulwa enganeni yakho
Loading player...
Singamvimbela kanjani undodana wethu oneminyaka eyisikhombisa ekubeni ngubhongoza? Sengiqaphelile ukwazi ukudlubulunda futhi abe yingqqwele kwezinye izingane.Uhlale efuna ukuba ngungqaphambili –wena ongafunga impela ukuthi kuthiwe akaziveze.Uma ethethiswa ubuyisela ngesidlozane futhi kunezingane asezilimazile phambilini.Lokhu akuhambisani neminyaka yakhe futhi usedume kakhulu esikoleni,nokho ngizibuza kuzoze kube yinini.