
Umshado phakathi kophika ubukhona bukaNkulunkulu nongMkhrestu
Loading player...
Ngakube ophika ubukhona bukaNkulunkulu nekholwa, bangaba yimbumba yomshado ? mina nesancinza sami sithandana okwempela.Umndeni wakhe uyangithanda futhi bonke abantu bathi sifanelene njengamajuba.Inqaba isekutheni nje ungumzalwane wokuqina,mina angikholwa wuNkulunkulu sanhlobo.Nicabanga ukwehluka kwethu ngenkolo kungayinkinga enkulu? Mina ngokwami anginandaba nokuthi abanye abantu bakholelwa kukuphi inqobo uma nje inhliziyo yabo iright.Athini amathuba okuba sakhe ubudlelwane obuyohamba ibanga?