
Unkosikazi wami uyahlukumeza ngokwenyama
Loading player...
Ngiphendule kanjani kunkosikazi ode eba nomoya wadlame? Kanye nakabili ngonyaka mina nonkosikazi wami siye sibe nokuphikisana okuze kuphume esandleni .Ezikhathini ezithile ,usho izinto ezicofayo ngami okubandakanya ukuthi ,’ngiyakuzonda’.Ngiye ngibeke phansi umoya ,lokho okugcina kumenza agcine esenodlame imbala.Angijikijele ngezinto aze azame ukungishaya angikhahlele .okwamanje angikaze ngibhekane nokulimala okukhulu ,nokho ngikhathazekile uma kuwukuthi kunganesikhali eduze njengommese .Ezikhathini eziningi ungunkosikazi ongumzalwane omuhle kabi ,okwenza kube nzima ukuba abanye bangikholwe .Ngakube sengizikhathaza kweqe? Ngenzenjani ?