
Umkhwenyana akafuni ukuyosebenza
Loading player...
Kukhona kodwa engingakwenza ngendoda enqaba ukuthola umsebenzi ? Sineminyaka ewu 12 sishadile ,kwewu 10 yonke ubezihlalele ekhaya engenzi lutho lonke usuku ngesikhathi mina ngisemsebenzini .Akafaki lutho ekhaya nasemndenini wethu .Kuye akuthi shu .Enye yezingane zethu yatholakala nesifo okubizayo ukuselapha manje umsebezni wami wodwa angeke ukwazi ukubhekana nalezondleko.Nanxa kunjalo ufuna ukuqhubeka ezihlalele nje.Ningangibonisa nithini?