
Umkhwenyana ohlulwa ukuthethela unkosikazi
Loading player...
Ngingadlula kanjani ebucayini bomkami enza ngabo, futhi ngikhohlwe okuningi okuhlasimulisayo akusho kimi phambilini ? emva kweminyaka sisemshadweni,sengifike lakhona ngingesenakukuthwala.Angikholelwa kwisahlukaniso ,yikho sesiphila impilo eqhelelene sibe sindlwinye ,naye uzilalela kwelakhe ikamero.Manje ufuna ngimthethelele ukuze sihlabele phambili nomshado wethu ,kodwa ngokwami akukho kalula kanjalo nje .Amagama akhe ahlabayo asenkenketha emicabangweni yami ,futhi angizimisele ukuphinda ngibe yisisulu.Ngenzenjani?