Ukuzibuza ngonakekelo lukaNkulunkulu
Loading player...
Singathembela kuNKULUNKULU ezidingweni eziphathekayo kubantwana bakhe abathembekile? kwabaseFiliphu 4:19 kubukeka ethembisa kanjalo .Selokhu ngalahlekelwa ngumsebenzi nganamathela kulelivesi,kodwa alibukeki lingisize ngantoni nomndeni wami.
Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule silahlekelwe umuzi wethu,imoto nezinto eziningi .Kube nzima kakhulu lokhu kodwa okweqile imibuzo okunginike yona engqondweni.Ngibonile ukuthi amaKhrestu amaningi athembekile endulo aphila nanxa izidingo zawo zingafezekile.Anqubuzana nezimo ezinzima ngaphezu kwezami.Ekuqhubekeni nje ngicabanga ngalokhu kwenza ngiphelelwe ukwethemba izethembiso zikaNkulunkulu.Ningangisiza ukulungisa lenhlekelele yokholo lwami?