Ukubhekana nowakwakho osewadlula ngokuba
Loading player...
Ngibhekana kanjani nomkhwenyana ongenandaba nesikhathi? Kuyo yonke into uhlale e late ngaphandle kwasemsebenzini.Ngiyazi akulona icala lami ,kodwa kwenza namI ngibe late uma ngihamba naye ,lokho okudicilela phansi isithunzi.Okusemqoka ,ukuthi ukuqhubeka kwakhe nokuba late kwenza bangasihloniphi abantu futhi sibalindise njalo nje .
Umngani wami uthe angiyizibe lenkinga ukuze kube nokuthula emshadweni wethu,kodwa ngokwami ngicabanga ukuthi umshado inkundla lakhona :’insimbi ilola enye” ,lakhona sisizana.Uthini owenu umbono?
Umngani wami uthe angiyizibe lenkinga ukuze kube nokuthula emshadweni wethu,kodwa ngokwami ngicabanga ukuthi umshado inkundla lakhona :’insimbi ilola enye” ,lakhona sisizana.Uthini owenu umbono?