
Ukunqubuzana nokuklwebhana kwezingane
Loading player...
Singamisa kanjani ngamadodakazi ethu enye ino 13 enye ino 7 weminyaka Bengahlali belwa.Ngibona imiphumela yakho konke lokulwa kwabo iyogcina inokulimala .Siwumndeni okholwayo ngakho ke sesibafundise kaningi ukuba mnene ,nothando nokuthethelelana .Emva kwalesosifundiso baye bathembise bazoshinstha kodwa emva kwesikhathi ubone ukuthi bekuyiculo nje.Kunini lakhona okumele sibone lokhu kulwa kwabo, sekuphimile esandleni manje?