
UMama osebenzayo usebunzimeni bokwenza isikhathi sezingane
Loading player...
Ebutaseni bokuvuka njalo ngiye emsebenzini ,nasekhaya ngihlalelwe eyakhona imisebenzi ,pho isikhathi nabantabami ngingasenza kanjani? Kubukeka usuku lulufushane ukwenza konke.Ningangiluleka nithini?