
Usizi ukungabikho kobulungiswa nothando lukaNkulunkulu
Loading player...
uma kuwukuthi uNkulunkulu unobulungiswa futhi unothando kungani pho kube nosizi olungaka emhlabeni?Ngifuna ukukhulwa ubuhle bakhe ,nokho ukungabi bikho kobulungiswa kulokhukuphila kungenza ngicabange noma ekhona kodwa akanake lutho.Kungekudala nje umakhelwane wami ,indoda enomoya omuhle ilahlekelwe ingane yayo engozini yemoto ,kumshayeli obezidakelwe.LoNkulunkulu uvume kanjani umshayeli oyisidakwa aphume engenamyocu ? Engikushoyo kuncane nje ,kuningi okunye okushiya lombuzo.kungani izinto ezinje zide zenzeka uma kuwukuthi uNkulunkulu unguMDALI ONOTHANDO njengoba aMAkHRESTU ahlale esho?”