Ucansi olunyamanye nocansi oluhlukumeza umqondo emshadweni

Loading player...
Uma kuwukuthi ucansi luyingxenye enamathele ebudlelwaneni obuphilile emshadweni-Ngakube lokho kuchazani emshadweni la khona ucansi seluwubuhlungu emqondweni wonkosikazi? Ngikulesosimo.Ziningi izizathu zalokhu ,kuzo asikho esithinta ukuhlukunyezwa phambilini kumbe ukuphatheka kabi ngokwenkonzo.Ingxenyana ingombuzo wezinhlungu nokungazizwa kahle ngokwenyama ,nokho inking ‘enkulu ucansi olunganabumsulwa umkhwenyana wami angifaka kulo .
Kade wakinatelwa yi-pornography ngakho-ke uye afune ngimenzele yonke lemigilingwane ayibona kwi –internet ngayo i porn.Njengonkosikazi ogcina indawo yakhe ,ngizamile ukugcina kuwumshado ophilile wamaKhrestu ngokuvumela isicelo sakhe.
Kunalokho kwenza isimo sedlulele.Kungenze ngazibuza ukuthi ngakube ucansi lungaba wudonga lomshado ophilile uma lungenziwa ngendlela uNkulunkulu alusopha ngayo?
18 May 2020 6PM Zulu South Africa Society & Culture · Religion & Spirituality

Other recent episodes

Ukusiza intombazane eyi-teen ibe ngowesifazane (Part 2 of 2)

Yikuphi engingakwenza nginomnyeni wami ukukhulisa ingane yethu yentombazane ibe ngowesifazane uNkulunkulu afuna ibe nguyena? Kulomphakathi ogwegwile ngubulili ,sihlale njalo sikhathazekile ukuba ibugcine ubufazane bayo sikhathi sinye ibe ikhula ibe ngoqinile nomuntu omdala onelisekile .Kukhona enikuphakamisayo?
29 Jun 2023 6PM 6 min

Ukusiza intombazane eyi-teen ibe ngowesifazane (Part 1 of 2)

Yikuphi engingakwenza nginomnyeni wami ukukhulisa ingane yethu yentombazane ibe ngowesifazane uNkulunkulu afuna ibe nguyena? Kulomphakathi ogwegwile ngubulili ,sihlale njalo sikhathazekile ukuba abugcine ubufazane bakhe sikhathi sinye ebe ekhula abe ngoqinile nomuntu omdala onelisekile .Kukhona enikuphakamisayo?
28 Jun 2023 6PM 6 min

Isikole esiyi-bording ezinganeni zezisebenzi zeNkosi

Uthini umbono wenu nge bording school ezinganeni? Ngiye ngibone sengathi iyalimaza ngokwemindeni. Kodwa nje nje mina nomnyeni wami sisanda kuthola ubizo lokuyosebenzela iNkosi phesheya kwezilwandle ,okubukeka kuyilona luhlelo kuphela oluphambi kwethu yilo lolu.Anginasiqiniseko lokhu kuhle yini ezinganeni nasemndenini wethu,kodwa futhi asifuni futhi ukudela ubizo lwethu lokuhambisa ivangeli.Lukhona ululeko la?
27 Jun 2023 6PM 5 min

Ukubhekana nokugeleza kwemiqhafazo yezocansi entsheni

Lokhona utho mina nomnyeni wami esingalwenza ukwehlisa ukukhungatheka nge -teenager yethu ebhekane nakho ngenxa yokuzigaxa kwayo kwi –sexting? Impilo yakhe neyomndeni wethu yaphenduka yabheka phansi ngamhla kuqhumbuka izithombe zayo inqunu zijikeleziswa esikoleni sayo electronically.Njengokuba nawe ungazicabangela ubuhlungu benhliziyo busankentenketha kakhulu. Ngaphezu kwalokho isibhekene necala lobugebengu . Lukhona usizo eninalo ngathi?
26 Jun 2023 6PM 5 min

Ukuqonda i-sexting yentsha

Njengomzali we-teen ngakube I –sexting yinto okumele ngikhathazeke ngayo ? Sengizwe kaningi ngalokhu ezindabeni, kodwa angikaze ngicabange ukuthi ingane yami ingaqoleka yilesilingo.Asikaze sikhulume ngakho ngoba angisheshi kweze technology,futhi angazi ngqo kubandakanyi ini.Ngale kokuthi ,uyingane enhle.Nicabanga ngimelwe ukusimungunya lesihloko naye?
25 Jun 2023 6PM 5 min