
Umshado emva kokuphela kwempilo
Loading player...
Ngakube ngiyoba ndawonye nomnyeni wami eZulwini ? Wedlule emhlabeni kulonyaka ,okwenze kwanzima ukuphila impilo ngaphandle kwakhe .Umngani wami ungiduduze ngokuthi angikubeke enhliziyweni ukuthi siyobonana nomnyeni wami eZulwini lusuku lumbe .Kodwa masisha omunye umngani wathi kimi ,cha ubudlelwano esinabo la abuyikufana mase siseZulwini ngokwamazwi ashiwo nguJesu .Kusuka lapho inhliziyo yami inkenkethe kakhulu . Kuthini ukubuka kwenu kwezomshado ezweni esiyakulona?