
Amantombazane amancane namaphupho ngosaziwayo
Loading player...
Ngakube kuhle yini entombazaneni esencane ukuba ithathwe ngosaziwayo abathile kwi-TV ? Undodakazi uyazifela ngabo useze wanameka izithombe zabo zagcwala ikamero lakhe lonke .Lokho okungenza ngiphatheke kabi ngoba angazi ukuthi inqubo yabo ixhumana kanjani nokuziphatha kwentombazane nowesifazane ngokwebhayibheli .Okudlulele ngukuthi angimfuni ukumbona elubekela empilweni naye ukuzokwangiwa yilama –Charmer avezwa kulabosaziwayo bamantombazane ngoba uyobe ulahle iqiniso lempilo njengentombazane .Nikucabanga ndlelani lokhu?