
Uguquguquko kwizimangaliso, kuphulukiswa kunye nokuphendulwa ngemikhuleko
Loading player...
Kungani uNkulunkulu ashaye esikhonkosini abuye ageje ngokwendlela aphendula ngayo ngokokunxusa kwethu lakhona sidinga umangaliso lwakhe ? Ngesikhathi ingane yami izalwe inenkinga enhliziyweni ,yayidinga ukuhlinzwa inhliziyo ngobuchule ,umthandazo wethu waphenduleka ngokumangalisayo.Kodwa ngesikhathi umnyeni wami yena kutholakale unomdlavuza ,isimo sakhe saqhubeka sidlanga ngelikhulu ishwa leli ,kwehlula siqhubeka simnxusela njengomndeni nabahlobo nebandla .Okwathatha unyaka kuphela washona .Angikuqondi konke lokhu ,kuthini ingempela ngempela?