
Unkulunkulu nomuntu ngokokowesilisa nowesifazane-ubulili
Loading player...
Uma kungukuthi uNkulunkulu uqukethe ubulili bobubili kumbe uyibo bobubili – pho kungani abantu bengazikhetheli ubulili babo ngokuzithandela? Awuthi ngichaze engikushoyo . I-Focus On The Family ihlale ithi ukubuka kwayo ubulili ikusho ngokwezibhalo ezithi “ UNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe .Manje akeningiqondise uma kungukuthi ngizwa ngandlebenye la ,lamagama “ ngomfanekiso” okubandakanya “ owesilisa nowesifazane” okusho ukuthi akanabo ubulili obubodwa uNkulunkulu makunjalo,nithini ? Uma kunjalo pho yini engavimba abantu abadalwe ngomfanekiso wakhe bengezikhethele ubulili ababuthandayo kumbe vele nje banobulili obubili nabo njengaye?