
Kusho ukuthini ukuthi -ukwenza konke ngokhrestu
Loading player...
Ngingenza konke ngoKhrestu” ngempela ? Ngaphandle kokuba nguMKhrestu oqinile ,ngisemusha ,ngigcwele umdlandla ,ngiyashisekela ngempilo .Okwenza ngibe nezinhlelo ezinkulu ,futhi ngifuna ukwenzela uNkulunkulu izinto ezinkulu . Uma ngikhuluma ,kuyangithokozisa lokho ,nabangani bami bayasho ukuthi hhayi nginamaphupho amakhulu impela. Uma ngicaphuna KwabaseFiliphu 4 :13 – “Nginamandla ukwenza konke ngaye ongiqinisayo” – baveze bangihleke .Ngiyazi engikushoyo ngi-right kodwa angikayitholi indlela yokubenza bangikholwe .Ningangisiza ngalokho?