
Umama akankamunkamu ngenkonzo yekamelo
Loading player...
Ngakube likhona yini iphutha ukuthi ukungafuni ukwenza inkonzo ezikhathini eziningi njengokuba umnyeni ehlale yena eyilangazelela? Ngiye ngizame ukumhlangabeza ndlela zonke ,ngikwenze ngothando kunye nokuyibuka njengemfanelo,kodwa kukhona izikhathi lakhona ngehluleka ukuhambisana naye ngisho ngingazama kanjani engqondweni .Lokhu kusikhungathekisile sobabili.