
I-teen ifuna ukusiza umama abe nokuqonda ngezinguquko ebudlelwaneni babo
Loading player...
Ngingamkhombisa kanjani uMawami ukuthi angiseyona ingane manje nokuthi ubudlelwane bethu sebuguqukile? Besihlale sisondelene njalo,kodwa sekwehlukile manje njengoba sengiyi-teenager .Okunye amaphutha ami.Kwesinye ngiba nama –mood futhi ngiyazi lokho kuziphatha kuyamlimaza kwesinye isikhathi.Ngifisa sengathi ubengaqonda ukuthi akukhona ukuthi ngizama ukumlimaza kumbe ukumqhelisa .Yingoba ngibhekene nemicabango eminingi engqondweni yami.Okubanzima kakhulu ngukuthi ngiye ngingaqondi kwezinye izikhathi kungani ngenze kanjalo .Ningangisiza?