
Ongumkhrestu ongashadile ubhekene nokubhajwa ekuhuhweni ngubulili obufanayo
Loading player...
NjengoMKhrestu o–single osekhulile ongakaze akhangwe ngubulili obehlukile ngisho nanomshado imbala, niphakamisa ,ngihlabele kanjani phambili nempilo yami? Ngiyakholelwa ebumqokeni bomshado ,futhi kahle hle ngingumuntu okumfanele ngokuphelele-Ngiyinsizwa ephakathi ko 20 nento weminyaka esebenza kahle futhi enentshisekelo yokusebenzela iNkosi.Sengithole ngokumangala okukhulu ukuthi ,ngikhangwa ngabobulili obunjengobami.Angikwazi ukusho ukuthi sekube ngubuhlungu obunjani kimina .Ngiyazi ukuthi ubungqingili buyisono ,futhi ngizizwa nginecala elikhulu lokuthi angiyikufeza iqhaza lokuba ngumkhwenyana nobaba. Bengingazama ukuziqinisa ngishade owesifazane ,kodwa angizizwa ngikulowomoya .Ngenze njani ?