
Ukungena emshadweni usesikhungweni semfundo ephakeme
Loading player...
Ngakube mina nengizwa uthando naye, sishade phambi kokuba si thole iziqu? Sobabili singaMaKhrestu asevuthiwe, futhi senze isibophezelo sokuzigcina simsulwa ngokocansi kuze kube semshadweni.Sesixhumane emva kwezinyanga ezingu 5, okuthe emva kwesikhathi eside sithandaza ,sanquma ukushada eminyakeni emibili. Abazali bethu bavuma kodwa abami bakhalaza ngesikhathi esisinqumayo. Ngino 19 weminyaka futhi ngunyaka wokuqala ezifundweni zami, futhi babona ukuthi asilinde ngize ngigogode I degree yami. Abazali bami sebebe ngabantu aba – strict nabalawulanayo, lokhu ngibona sengathi yindlela njena bona okuyi – preference kubona . Nicabanga ndlelani?