
Ukungqubuzana kukababa nondodakazi
Loading player...
Ngingakuletha kanjani ukuzwana phakathi kwe- teenager yethu nomnyeni wami? Njalo uma uyise emlanda esikoleni kuba ngukuthi uqala impi naye kumbe amnike inkulumo ende ukumtshela ukuthi wehluleka kangakanani ezifundweni zakhe.Bese undodakazi akhulume kimi ediniwe kumbe ekhala .Amabanga esikole asehlale eyinkinga kundodakazi wethu, futhi ngiyaqonda ukuthi simelwe ukwenza konke esingakwenza ukumgcina ekhaliphile emsebenzini wesikole. Kodwa okwamanje ubaba wakhe umenze azizwe engumuntu oyisehluleki. Ninganginika usizo?