
Ongumkhrestu ongena othandweni nongakholwa
Loading player...
Ngakube ku-right yini ukungena othandweni nowesilisa ongangeni sanhlobo kwezakwaKhrestu? Ezinyangeni ezingu 6 ezedlule wafaka isicelo sothando kimi ,nanxa ngalesosikhathi ngabona kungumqondo ongemuhle ,kodwa ngasemukela.Manje inhliziyo yami isithe neh kuyena futhi angazi ngenzenjani .Ngisothandweni kuye ngokujulile,kuphela uma engazinikela kuJesu ,ngale kwalokho ngizizwa kunzima ukuthi siqhubeke nokungena emshadweni naye .Khona lapho futhi uma engase amukele uKhrestu angicabangi ,angifuni ukunqamula loluthando lwalobudlelwane obuhle kangaka obunelisa inhliziyo yami.Ngenze njani?