
Ukulekelela uwakwakho akwazi ukuphatha kahle ezezimali
Loading player...
Ngingamkhuthaza kanjani unkosikazi wami ukuba aqaphele ekusebenziseni imali ? umndeni wethu uthwale kanzima phambilini.Ngalahlekelwa ngumsebenzi iminyaka ewu 2 yonke nokho ekugcineni sengiwutholile umsebenzi o full time . Unkosikazi wami yena ubamba amatoho lapha nalaphayana ,kodwa sinezindleko eziningi kuwo lowo mnyama. Uvese athenge izingubo ezibizayo zakhe nezingane ,ngisho kungathiwa singalala sidlile ,inqobo makuswenkiwe,kuye akusho lutho.