
Imilingo kuma-movie nezokuzithokozisa
Loading player...
Nithini ngokuvezwa kobuthakathi ,imilingo nokuloya kuma storybooks ,amafilimu ,nezinhlelo ze TV nezinye izingxenye ze –entertainment ? Kubukeka sengathi izingane zethu zithululelwa wonke lomkhuba ,kungengebe nje kuphela ko -Harry Potter kodwa ngisho nakuma movie ase Afrika ngokuhlukana kwawo .Okwenza izinto zehluke kakhulu ibandla lethu lisanda kwenza inkundla yokuzobuka i-film engemilingo bayibize ngeyoBuKhrestu .Kuthini ukubuka kwenu kuloluhlobo lwento?