
Ongumkhwenyana nobaba onomakhwepheni obulili bunye naye
Loading player...
Ngingazizekela kanjani kodwa izingane zami ezisafunda isikole ukuthi uyise usesishiyile uphululana nenye intshebe ? Ukulahlekelwa ngumnyeni wami sekube ngukukhungatheka kimi ,njengoba nani ningazicabangela ,kodwa manje nginomthwalo ngezingane .Angikazitsheli lutho okwamanje .Kunzima kakhulu ngokwakho ukuzitshela ukuthi uyise uselihuzu ,ngesaba kakhulu ke manje le yokuthi uthathwe enye intshebe enjengaye lokho kovese kulethe ubuhlungu obunsonsothayo nokudideka .Ngingazisiza kanjani ukuqonda nokuphila kulesisimo?