
Odivose enengane ,ufuna ukubuyisa umshado
Loading player...
Ngingaqhubeka nomcabango wokubuyela emshadweni wami ngenxa yengane ? Sobabili singaMakhrestu ,ngeshwa sigcine nje sesihlukanisa.Emasontweni ambalwa edlule ngizizwa nginomzwangedwa ngalokhukwehlukwana esimweni senganyana yethu .Nicabanga ngenze kuphi ?