
Inkonzo yekamero eqophelweni eliphezulu layo
Loading player...
Ngakube ucansi emshadweni luyanelisa ngempela? Ngisemshadweni onzima ,isilonda esikhona phakathi kukankosikazi wami name- wudaba lwenkonzo . Ngizizwa ngincintshiwe. .Kwesinye iskhathi ngize ngibe nezilingo zokufisa izidingo zami zigcwaliseke ngaphandle . Ngifunde umbhalo othi abantu abasemshadweni yibo abaneliseke kakhulu ngenkonzo yekamero emhlabeni –akwenzeki nakoyedwa ukweneliseka kothandana nabantu abaningi.Ngithola kunzima kimi ukukholwa yilokho ! Angifuni ukungethembeki kumkami ,nokho futhi angeke ngiyiphikise imizwa yami ,kumbe ngivalele imizwa yami yenkonzo.
Ikhona yini indlela engcono ukulungisa lesisimo engikuso na?
Ikhona yini indlela engcono ukulungisa lesisimo engikuso na?