
Imikhakha yezemfundo ethatheka njengengeyona eyabesifazane
Loading player...
Uma kuwukuthi kusemqoka ukuhlukanisa umehluko ngokobulili-engikukholwayo kunjalo-singayikhuthaza yini indodakazi yethu esesikoleni ,ekucabangeni ukukhetha umkhakha othathwa njengowabesilisa ngokwenjwayelo? Le ntombazane yethu ihlale ikhuluma ngokuba umcimimlilo mayesikhulile.Kweminye imiphakathi ezikhululekele ngeke ibe nenkinga nalokho kodwa kithi esingamaKholwa omthetho kakhulu kwenza ngide ngizibuza: engabe impokophelo yaloluhlobo iyahambisana yini nowesifazane ngokwasebhayibhelini? Ngizame yini ukuthatha amehlo endodakazi ngiwafake komunye umkhakha na?