
Ukukhula ngokobukhrestu kunye nendlela yokukhula
Loading player...
Kungani kudonsa kimi ukukhula njengoMKhrestu? Sengibe yikholwa isikhathi impela ,futhi ngimelwe ukuvuma ukuthi izinga lokukhula kwami kwezikamoya lingithena amandla.Ngamhla ngizalwa ngokusha ,ngakithi impilo izoba ngenzima kusuka lapho kuya phambili,kodwa emva kweminyaka ngizithola ngingakabi yilomuntu engangifuna ukuba nguyena.Angibuzwa ubukhona bukaNkulunkulu ndlelanye engangibuzwa ngayo ekuqaleni.Ngiyazi ukuthi enhlizyweni yami ukwesaba nokuzicabangela mina ,kuyisikhisi esingivimba ukuthanda abanye abantu nami luqobo ngobekufanele khona. Yini ingempela e-wrong lakimina ? Ngakube ngisindiswe ngempela?