
Ukubuka ngokwebhayibheli ukuzikhipha ekwakheni nabantu
Loading player...
Nicabangani ngamaKhrestu athatha inqubo yokuzikhipha kubantu ayokwakha wodwana?Adayise imizi yawo ,ayokwakha ehlane wodwa ezintabeni,alayishe ukudla ,ayozitshalela izitshalo zawo ,ayophila njengabasunguli bese elwela ngawo wonke amandla ukuzimela kwinqubo yokuphila yomhlaba? Baninganyana abantu engibaziyo asebethathe lendlela.Angibaphikisi ngokuphelele ekugcineni,ngikholwa sonke singangcono uma singathi ukuzihlubula ubuntofontofo bobumnandi bempucuko bese sifunda ukuphila ngendlela elula nje .Kodwa khona kunjalo anginaso isiqiniseko sokuthi yiyona ndlela le uNkulunkulu afuna siziphathe ngayo ngesikhathi sisafakaza emhlabeni .Nicabangani?