
Ingane engafuni uMawayo oyi-single-mother angene othandweni olusha
Loading player...
Njengowesifazane odivoziwe ,ngenze njani ngengane yami eyala kwasani ewubungani nanoma ubani omunye omusha empilweni yami ,ngisho nobudlelwane bothando obuqalayo nowesilisa ? Indodana yami ayifuni sanhlobo ukuthi ngibe ngowayo nabanye abantu.Ngingamchazela kanjani ngalesikhala esiba sebudaleni sowesifazane ukuba abe naye owesilisa empilweni yakhe? Wayengafuni noma ambone owesilisa phambili okwase kukhomba sizoshada impela naye,ngaze ngayeka konke.