
Ukugcina Ubudlelwano Nezingane Emva Kwe-Divosi
Loading player...
Njengokuba sengidivosiwe ngingahlala kanjani ngixhumene nezingane zami ?Okunye kwezinto ezibuhlungu ukuthi ngikalelwe isikhathi sokuba nazo .Ngokomthetho ngivunyelwe izinsuku ezimbalwa ukuba nezingane zami.Ngingathanda ukuba nesikhathi esithe xaxa nazo kodwa lo owayengunkosikazi wami u-strict kakhulu ngesikhathi engiba nazo ngaso aze atolike umthetho ngendlela yakhe.Ezimweni ezinjena ngingenza kanjani ukuthi ngiqhubeke ngibe nomthelela onobuNkulunkulu empilweni yezingane zami?