
Indodakazi Engena Ebuntonjini Enokujwayelana Nowesilisa Osemdala
Loading player...
Sivume yini ukubona undodakazi wethu ona 16 abe seduze nowesilisa osekhulile kunaye .Uneminyaka engu 25 futhi u-involve kakhulu kwi band yama worshiper ebandleni lethu .Kusukela nyakenye yena lowesilisa usebe nobudlelwano obungaqondakali kahle nondodakazi wami ababubiza ngo ‘brother –sister’.Ungowesilisa othandekayo futhi ohlonishwayo ebandleni lethu ,kodwa ngezizathu ezithile umqondo kaMawami wokusola into noma ungenabufakazi ugenza ngihlale ngiqaphile.Akusikho ukutho angimthembi lowesilisa-bekunganomehluko omkhulu uma bekuthiwa ngontanga .Ngale kokuthi ,undodakazi wami uhlale engiqinisekisa ukuthi bazijwayelanele nje .Ngakube ngimelwe ukukhathazeka?