
Ukubhekana NeNkonkoni Engumzalwane Emndenini
Loading player...
Sithini kundodana wethu osese –varsity othi ungungqili unguMKhrestu ? Ukholwa ngukuthi uNkulunkulu wamtshela ukuthi akukho phutha ngobunkonkoni nokuthi utoliko lwebhayibheli lunezincaphephe.Okwedlulele ,ngukuthi lomqondo usewucobelele nomfowabo [onengeke kabi ngaye],futhi lomqondo wakhe ufuna ukuqhubeka ukuwutshala nakwabanye abancane .Kwezinye izikhathi ngidinwa ngiqhume ngize ngimemeze okomuntu ehayiza.Kwezinye izikhathi ngivese ngihlale phansi qede zehle izinyembezi.Siyamthanda undodana wethu .kodwa asilufuni sanhlobo loluhlobo lomthelela emzini wethu. Senzenjani?