
Ubaba okhathazeke ngentombazana engena ebutshtshini esikluluza abafana
Loading player...
Ngakube intombazane eneminyaka engu-12 isencane kakhulu ukuqala ukukhombisa umcabango ngomuntu wesilisa?Mina nomnyeni wami sinombono ohlukene ngaloludaba.Indodakazi yami ivamisa ukuthi uma inomngani wayo sibabhadame bencoma abafana abahle. Ngokwami lokhu ngikubuka kuyinto ejwayelekile ekungeneni ekuthombeni. Umkhwenyana wami yena ukholelwa ngukuthi isencane kabi ukuqala ibe naleyomcabango futhi uma ikhula izokhalakatheka kweqe.Ngiyamhlonipha kakhulu umkhwenyana wami futhi ngifuna ukugcina ubudlelwane buqinile kithina. Kodwa ngakolunye uhlangothi ngimbona eqinisa kweqa.