
Ukuhehwa ngubulili-bunye kunye nobuqobo bengasese (Ingxenye yokuqala)
Loading player...
Miningi imicabango, imizwa nemibuzo ejikeleza emcabangweni womuntu uma ezithola ehuhwa ngubulili bunye. Abantu masisha bagxumela ekukubizeni ngamagama, kodwa empeleni lithini iqiniso nesiqu salendaba.