
Ukumbula ukuphinga kunkosikazi wendoda ebingazi ngomnyeni wayo
Loading player...
Iyiphi indlela engcono ukwembula uthando lwangasese emva kokuthi uwakwakho sewazihlanza kulolodaba kodwa inkinga kube ngukuthi umkhwenyana kumbe unkosikazi wendoda engumenzi akazi? Unkosikazi wami nenye indoda ebandleni babe sebudlelwaneni iminyaka engaphezu kwengu kwemine, ngize ngathola ezinyangeni ezintathu sekwenzeka. Unkosikazi sewabunqamula lobobudlelwano futhi sase siyokhonza kwelinye ibandla. Sisalungisa lezi londa ezibhibhayo, kodwa abanye abazi ngalendaba.Okubandakanya nonkosikazi walendoda.