
Ukuhlobonga nomfowabo kamkhwenyana wakho
Loading player...
Ngimtshele yini umnyeni wami ngokushelela engaba nakho ngagcina ngiya enkonzweni yekamero nomfowabo phambilini? Kunonyaka kwenzeka lokhu ,esikhathini engangibuthaka ngaso. Sobabili naye sabona ku-wrong esakwenza, asabe sisaphinda ukukwenza lokho. Imindeni yethu iyabonana futhi isondelene. Akekho kithi osetshele uwakwakhe. Sibatshele?