
Ukuhuheka kumngani wowakwakho
Loading player...
Njengoluntu sibuthaka,futhi inhliziyo nezingqondo zethu zingasiduza kalula uma singaqapheli ukuba zihlale zibekwe eNkosini .NjengaMakhrestu sitakulwe ebugqilini besono sabuyisana noNkulunkulu ,kodwa lokho akuchazi ukuthi imicabango yesono ayithi shwi emiqondweni yethu. Kusibiza ukuba sense izinqumo ezinqala usuku nosuku sithabathe iziphambano zethu simlandele uJesu. Emshadweni simelwe ukuqapha izinhliziyo zethu kwizintshisekelo zesono ezingamelana nobudlelwano besiganane nabo.